Sjava Isibuko Mp3 Download
By: South African Music | Last Modified on: January 31, 2024
By: South African Music | Last Modified on: January 31, 2024
Share Now:
isoka sjava lyrics
Bangak’tshela loku ngami
Bakutshele loku ngami
Alikh’ isoka elingenasici, banomona love
Bangak’tshela loku ngami
Baphinde bakutshele loku ngami
Hayi alikh’ isoka elingenasici, banomona ngawe love
Nihambe kabi bafana nasindwa zinyawo
Vele bayokhuluma abantu kodwa amandla abanawo
Ukube iyathunyelwa inhliziyo beng’zoyithumela
Namhlanje ilale ngakuwe (Namhlanje ilale ngakuwe)
Jikelele, jikelele
Jikelele, jikelele
Ngithanda wena wedwa
Jikelele, jikelele
Jikelele, jikelele
Ngithanda wena wedwa
Kahleni bafana
Kahleni ukungidlela umona
Intombi iqoma lay’thanda khona
Ngithi kahleni bafana
Kahleni ukung’nyundela
Intombi iqoma la ithanda khona
Bangak’tshela loku ngami
Bakutshele loku ngami
Alikh’ isoka elingenasici, banomona love
Bangak’tshela loku ngami
Baphinde bakutshele loku ngami
Hayi alikh’ isoka elingenasici, banomona ngawe love