kancane mp3 download

South African Music
South African Music
kancane
  • Album:
  • amapiano
  • Singer:
  • zulu
  • Release:
  • 2022

Share Now:

kancane lyricskancane

Ngizohamba amazwe (ngizohamba amazwe) ngifunana nawe (ngifunana nawe)
Ngibulawa yinkumbulo (yinkumbulo) s’thandwa sami (s’thandwa sami)
Noba kuthiwa useNtshona (useNtshona) noma useMpuma (noma useMpuma)
Darli kimi kuyafana ngizok’landela (ngizok’landela)

Ngicela sakh’umuzi sibe nekhaya (nekhaya)
Sithole abantwana (sithole abantwana)
Siqambe amagama (siqambe amagama)
Omunye nguThando (omunye ngu Thando)
Omunye uNjabulo (omunye uNjabulo)
Omunye ngu Scelo (omunye ngu Scelo)
Oh kugcine uMpilo (kugcine uMpilo)

Ngicel’ ungibambe kancane kancane
Thando lethu livus’ abalele
Kukhal’ omalume (kukhal’ omalume)
Balandele nabo bacele ushwele kuthi silala amalunde (silala amalunde)
Isgubhu sivusa nokhathele, bamb’ ilast gaydo
Yet izitha zithuk’thele

Kancane kancane
Kancane kancane
Kancane kancane
Ngicel’ ungibambe kancane kancane
(Ung’bambe kancane) kancane kancane

Kancane kancane (kancane kancane)
Ngicel’ ungibambe kancane kancane (kancane kancane)
Kancane kancane (kancane kancane)
Kancane kancane (kancane kancane)
Kancane kancane (kancane kancane)
Ngibambe kancane kancane (kancane kancane)
Kancane kancane (kancane kancane)
Kancane kancane (kancane kancane)

Ngicel’ ungibambe kancane kancane
Thando lethu livus’ abalele
Kukhal’ omalume (kukhal’ omalume)
Balandele nabo bacele ushwele kuthi silala amalunde
Isgubhu sivusa nokhathele, bamb’ ilast gaydo
Yet izitha zithuk’thele

Sondela my darli, kunini bezam’ ukusihlukanisa
Manje sijabulile bathula bathi nya
Kodwa saxabana baphenduka abasabayo
Siqinisela my darli, uthando lwam’ nawe bayoze balazi
Bayeke ukukhuluma noma yini abangayazi
Bamukele isimo bayekele ukuthakatha

Angithi sorry ntombazana wena vele ubungazi
Chips wena ayiskelem
Phuza manzi cela bak’khelele
Utshele abangazi ses’fikile
Angithi sorry ntombazana wena vele ubungazi
Chips wena ayiskelem
Phuza manzi cela bak’khelele
Utshele abangazi ses’fikile

Angithi sorry ntombazana wena vele ubungazi
Chips wena ayiskelem
Phuza manzi cela bak’khelele
Utshele abangazi ses’fikile
Angithi sorry ntombazana wena vele ubungazi
Chips wena ayiskelem
Phuza manzi cela bak’khelele
Utshele abangazi ses’fikile

Angithi sorry ntombazana wena vele ubungazi
Chips wena ayiskelem
Phuza manzi cela bak’khelele
Utshele abangazi ses’fikile
Angithi sorry ntombazana wena vele ubungazi
Chips wena ayiskelem
Phuza manzi cela bak’khelele
Utshele abangazi ses’fikile

Ngicel’ ungibambe kancane kancane (kancane kancane)
Kancane kancane (kancane kancane)
Kancane kancane (kancane kancane)
Kancane kancane (kancane kancane)
Ngibambe kancane kancane (kancane kancane)
Kancane kancane (kancane kancane)
Kancane kancane (kancane kancane)

Ngicel’ ungibambe kancane kancane (kancane kancane)
Ngicel’ ungibambe kancane kancane (kancane kancane)
Ngicel’ ungibambe kancane kancane (kancane kancane)
Ngicel’ ungibambe kancane kancane (kancane kancane