Voicemail mp3 download

South African Music
South African Music
Voicemail
  • Album:
  • Inkabi Nation
  • Singer:
  • Big Zulu
  • Release:
  • 2022

Share Now:

Voicemail LyricsVoicemail

[Pre-Chorus: Xowla, Big Zulu]
Bengithi ngiya fona dali (Awutholakali ma)
Umlungu wathi aw’tholakalio dali (Ikhal’epalini ma)
Bengithi ngiya fona dali (Aye, woh ma)

Sengizokhuluma no voicemail (Angik’tholi dali)

Ikhal’epalini, dali wami voicemail
Uban’ lomlungu ophendulayo my baby?
Indaba yakho yok’hamb’ eb’suku ngay’meli
Ngicela indlela mangabe ithando lwami awuneli (Yelele mama)
Mangabe lento yakho ayipheli (Ah’heh, hay’)
Sthandwa sam’, dali wami lala ngalele
Singene court, thetha amacala noma ngamele
Ngik’jabulise, mangabe awunami ngcono ungitshele
Ma takeaway, nanga amabodo ekhaya awupheki

Bengithi ngiya fona dali (Ah heh, woh)
Umlungu wathi aw’tholakalio dali (Ikhal’epalini ma)

Sengizokhuluma no voicemail (Angik’tholi dali)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik’tholi dali)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik’tholi dali)
Sengizokhuluma no voicemail (Angik’tholi dali)

Ngiyazi ukuthi u-busy mhlambe dali wame
Kodwa dali bamb’ ifoni
Mhlambe i-network ayikho dali
Or maybe uzong’shaya ngey’tori
Dali soze ngithand’ omunye umuntu phela dali ngoba sisuka kude
Kodwa bamb’ ifoni dali ngoba phela mina ngik’khumbule
Kuloko ngizama nje, ngik’funa angik’tholWena awusabambek’, usiyi superstar uyi ghost-i ma