zotata mp3 download

South African Music
South African Music
zotata mp3 download
  • Album:
  • Zotata
  • Singer:
  • Mr. Jazziq
  • Release:
  • 2022

Share Now:

Zotata Lyrics
zotata

Uzong’thola ngulova ngiyncengela idollar
Impilo intokozo isidingo
Mangwane aning’mpulele ngiy’khala
Mangwane aning’mpulele ngiy’khala, maye
Uzong’thola ngulova ngiyncengela idollar
Impilo intokozo isidingo wooh
Mangwane aning’mpulele ngiy’khala
Mangwane aning’mpulele ngiy’khala

Ngoba idollar, danko
Asazi uzolithathaphi
Jona ngapha uzolibheka
Nami beng’ngazi ngizol’thathaphi
Nami beng’ngazi ngizol’thathaphi
Mina awung’tshele uzolithathaphi thaph thaph thaph
Ubumnandi obungaka uzob’shiyaphi yaphi uzobuthathaphi

Uzong’thola ngulova ngiyncengela idollar
Impilo intokozo isidingo
Mangwane aning’mpulele ngiy’khala
Mangwane aning’mpulele ngiy’khala
Uzong’thola ngulova ngiyncengela idollar
Impilo intokozo isidingo wooh
Mangwane aning’mpulele ngiy’khala
Mangwane aning’mpulele ngiy’khala

Ngoba idollar, asazi uzolithathaphi
Jonathan uzolibheka
Nami beng’ngazi ngizol’thathaphi
Nami beng’ngazi ngizol’thathaphi
Mina awung’tshele uzolithathaphi
Thaph thaph thaph
Ubumnandi obungaka uzob’shiyaphi
Yaphi uzobuthathaphi

Aye-aye, 3255 coastal sesivukile
Labafana ngathi s’zobayenzel’ ifilim
Ilanga la Marazzo leli k’zosha ne-ceilling
Kant’ ubani onenkinga sengangen’ ebilidini
Ooh, aah, kunini sayicabanga
Sanuk’zulazula kunoshintshi kulamalanga
Madala asibalande
Abeze babaningi sobaqokis’ amakhimpi
Kunini sabalinda
(Linda, linda)
(Linda, linda)
(Linda, linda, linda)
(Linda, linda)

Uzong’thola ngulova ngiyncengela idollar
Impilo intokozo isidingo
Mangwane aning’mpulele ngiy’khala
Mangwane aning’mpulele ngiy’khala, maye
Uzong’thola ngulova ngizincengela idollar
Impilo intokozo isidingo wooh
Mangwane aning’mpulele ngiy’khala
Mangwane aning’mpulele ngiy’khala

Ngoba idollar, danko
Asazi uzolithathaphi
Jonathan uzolibheka
Nami beng’ngazi ngizol’thathaphi
Nami beng’ngazi ngizol’thathaphi
Mina awung’tshele uzolithathaphi thaph thaph thaph
Ubumnandi obungaka uzob’shiyaphi yaphi uzobuthathaphi

Pcee uzol’thathaphi
Jonathan uzol’thathaphi
(Lona ta, zol’thenga) Lona ta, zol’thenga
Nam’ beng’ngazi ng’zol’thathaphi
Nam’ beng’ngazi ng’zol’thathaphi

Ng’funa ung’tshele uzol’thathaphi thaphi, thaphi, thaphi
Bumnandi bungaka uzob’shiyaphi, -yaphi, uzob’thathaph’

3255 coastal sesivukile
Ngathi s’zobayenzel’ ifilim
K’zosha ne-ceilling
Kant’ ubani onenkinga sengangen’ ebilidini, ooh, aah
Sanuk’zulazula kunoshintshi kulamalanga
Abeze babaningi sobaqokis’ amakhimpi
Kunini sabalinda, linda, linda

Ngathi s’zobayenzel’ ifilim
K’zosha ne-ceilling
Kant’ ubani onenkinga sengangen’ ebilidini, ooh, aah
Sanuk’zulazula kunoshintshi kulamalanga
Abeze babaningi sobaqokis’ amakhimpi
Kunini sabalinda, linda, linda